Sizalelwe sakhulela eFolweni eMbumbulu kwesakaMakhanya isigodi.
Ukuqala kwethu umculo sagqugquzelwa ngubaba wethu osizalayo ongasekho emhlabeni uKiss Mantombazane, wasenza saba nogqozu lokuqala umculo ngaphambi kokuthi asishiye emhlabeni.
Izingoma zethu zikhuluma ngendlela abantu abaphilisana ngayo engeyinhle kangangokuthi kungaze kuphume umphefumulo womumye umuntu, uthando kanye nokuziveza inhloso yethu ngomculo.
Nokuthula Maphumulo
Kwanele Maphumulo
Sinenhlanhla Maphumulo
Sbongile Maphumulo
Sponsored by BusiM Foundation
© 2021 Ezikakiss. All Rights Reserved. Website by Kezi Creations