We are a local female Maskandi Music group, who write and perform our own songs. Our songs are based on everyday challenges that we as African people face with the hope of healing our African nation through song and dance.
We were born and raised eFolweni which is part of eMbumbulu within the Makhanya village in Kwa-Zulu Natal, South Africa. We grew up around Maskandi music as our father (Phindela Fanyana “Kiss Mantombazane” Maphumulo) was a Maskandi song writer and performer called Kiss, hence our name Izingane Zika-Kiss.
Njengamaciko asemancane nasafika endimeni yomculo, nathi sinesifiso sibeyisibonele esihle entsheni esakhula.
Siyanxenxa nakosomabhizini ukuthi basiphe uxhaso njengabantu besifazane abathathe igxathu lokucula lomculo wesintu ngoba kunzima ukuthuthuka lendima yomculo kaMaskandi uma ungumuntu wesifazane.
Sifuna ukunxenxa nabanye besifazane ukuthi bazive badume kungabi sengathi umculo wabantu besilisa kuphela.sifuna uxhaso nokuthuthukisa abantu besifazane abakulendima yomculo kaMaskandi.
© 2021 Ezikakiss. All Rights Reserved. Website by Kezi Creations